AmaHubo 18:39 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE39 Wangibhincisa amandla okulwa; ababengivukele wabathobisa phansi kwami. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202039 Wena ungibhincisa amandla ukuze ngimelane nempi, abangivukelayo ubenze bangikhothamela. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202439 Wangibhincisa amandla okulwa; Abangivukelayo wababeka phansi kwami. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Usho kanje uJehova, uthi: “Okukhandlekelweyo kwaseGibithe nokuzuziweyo kwaseKushe, nangamaSheba, abantu abade, kuyakungena kuwe, kube ngokwakho; bayakukulandela, bafike beboshwe ngamaketanga, bakhothamele kuwe, bakhuleke kuwe, bathi: ‘UNkulunkulu ukuwe kuphela, akakho omunye, akakho ngaphandle kukaNkulunkulu.’ ”