AmaHubo 18:15 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE15 Kwase kubonakala imisinga yamanzi; izisekelo zomhlaba zambulwa ngesijeziso sakho, Jehova, ngokufutha komoya wamakhala akho. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202015 Ngenkathi Wena, Simakade, uzithethisa, lapho uzifutha ngamakhala akho, umphefumulo wakho uziqumbe phansi. Izinzulu zolwandle zavela obala, nezisekelo zomhlaba zaba kwabha. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202415 Kwase kubonakala imifula yamanzi, nezisekelo zomhlaba zambulwa ngokusola kwakho, Jehova, ngokufutha komoya wekhala lakho. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |