AmaHubo 16:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE5 UJehova uyisabelo esahlukaniselwe mina, nendebe yami; wena uqinisa ifa lami. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20205 Simakade, uyisabelo sami nendebe yami; uphethe ukuphila kwami. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20245 UJehova uyisabelo sefa lami nendebe yami; uyalonda isiphetho sami. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
kepha libe ngufakazi phakathi kwethu nani naphakathi kwezizukulwane zethu emva kwethu, ukuze senze inkonzo kaJehova phambi kwakhe ngeminikelo yethu yokushiswa, nangemihlatshelo yethu, nangeminikelo yethu yokuthula, ukuba abantwana benu bangasho kubantwana bethu ngesikhathi esizayo ukuthi: ‘Aninasabelo kuJehova.’