Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 143:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Jehova, yizwa umkhuleko wami, ubeke indlebe ekuncengeni kwami; ungiphendule ngokuthembeka kwakho nokulunga kwakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

1 Simakade, yizwa umkhuleko wami, ubeke indlebe yakho ekunxuseni kwami. ungiphendule ngokwethembeka kwakho nangokulunga kwakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Ihubo likaDavide. Yizwa umkhuleko wami, Jehova, uzwe ukunxusa kwami; ngizwe ngokuthembeka kwakho nokulunga kwakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 143:1
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“Manje, Jehova Nkulunkulu, izwi olikhulumile ngenceku yakho nangendlu yayo, liqinise kuze kube phakade, wenze njengokukhuluma kwakho.


Ngathi kuJehova: “UnguNkulunkulu wami wena.” Yizwa, Jehova, izwi lokunxusa kwami.


Yizwa ukulunga, Jehova, ulalele ukukhala kwami, ubeke indlebe emkhulekweni wami ophuma ezindebeni ezingenankohliso.


Ithemba lami ngilibeka kuwe Jehova; mawungangijabhisi naphakade; ngikhulule ngokulunga kwakho.


Ngikhulule ngokulunga kwakho, ungihlangulise; beka indlebe yakho kimi, ungisindise.


Nkosi, ngakho konke ukulunga kwakho mawubuyise intukuthelo yakho nokufutheka kwakho emzini waseJerusalema, intaba yakho engcwele, ngokuba ngenxa yezono zethu nangobubi bawobaba iJerusalema nabantu bakho sebe yihlazo kubo bonke abasizungezayo.


Uma sizivuma izono zethu, uthembekile, ulungile ukuba asithethelele izono, asihlambulule kukho konke ukungalungi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ