Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 140:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Impela abalungileyo bayakubonga igama lakho; abaqotho bayakuhlala ebusweni bakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

13 Impela abalungileyo bayolibonga iGama lakho; abaqotho bayohlala phambi kwakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Impela abalungileyo bayakulidumisa igama lakho; abaqotho bayakuhlala phambi kwakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 140:13
15 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Akenzi ukuba omubi aphile, kepha abampofu uyabanika ukwahlulelwa.


Ngokuba uJehova ulungile, uyathanda ukulunga; oqotho uyakubheka ubuso bakhe.


Uyakungazisa indlela yokuphila; ukugcwala kwenjabulo kusebusweni bakho; intokozo isesandleni sakho sokunene kuze kube phakade.


Impela okuhle nomusa kuyakungilandela imihla yonke yokuphila kwami; ngiyakuhlala endlini kaJehova kuze kube phakade.


Jabulani kuJehova, nethabe nina balungileyo, nethabe nina nonke baqotho ngenhliziyo.


Onke amathambo ami azakuthi: “Jehova, ngubani onjengawe, wena okhulula ohluphekayo, yebo, ohluphekayo nompofu komphangayo, na?”


Uyakungihola ngesiluleko sakho, andukuba ungamukele enkazimulweni.


Jabulani kuJehova nina balungileyo, nibonge igama lakhe elingcwele.


ngokuba uJehova uyakumela indaba yabo, aphuce ababaphucayo umphefumulo wabo.


Yishoni kolungileyo ukuthi kuyakuba kuhle kuye, ngokuba bayakudla izithelo zezenzo zabo.


Nanxa ngiya nginilungisela indawo, ngobuye ngize, nginibuyisele kimi ukuba lapho ngikhona nibe khona nani.


“Baba, ngithanda ukuba labo ongiphe bona nabo babe khona nami lapha ngikhona, ukuze babone inkazimulo yami ongiphe yona; ngokuba wangithanda, kungakasekelwa izwe.


khona thina, esisekhona sisasele siyakuhlwithwa kanye nabo emafwini, sihlangabeze iNkosi emoyeni; kanjalo-ke siyakuba nayo iNkosi njalo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ