Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 140:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Umuntu wamanga makangamiswa emhlabeni; ububi mabuzingele umuntu oyisidlwangudlwangu, abhujiswe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

11 Umuntu ohlebayo makangavunyelwa asimame emhlabeni, ububi mabusilandele isidlova, sibhujiswe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Makungabikho mhlebi oqiniswa emhlabeni; okubi kuyakuzingela umcindezeli ukuba ambhubhise.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 140:11
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Okubi kuyakumbulala omubi; abazonda olungileyo bayakulahlwa ngecala.


UJehova uzazisile, wahlulela; umcuphile omubi emsebenzini wezandla zakhe. Higayoni.* Sela*


Ngokuphambeka kwezindebe kukhona ugibe lomubi, kepha olungileyo uyaphuma ekuhluphekeni.


Ububi bulandela izoni, kepha abalungileyo bavuzwa ngokuhle.


Onenhliziyo ephambeneyo akafumani okuhle; onolimi oluyisigwegwe uwela engozini.


Ukufa nokuphila kusemandleni olimi, nabaluthandayo bayakudla izithelo zalo.


amehlo azidlayo, nolimi lwamanga, nezandla ezichitha igazi elingenacala,


Maye komubi! Kuyakuba kubi kuye, ngokuba uyakubuyiselwa izenzo zezandla zakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ