Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 139:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Ngiyakukubonga, ngokuba ngenziwa ngokwesabekayo nangokumangalisayo; imisebenzi yakho iyamangalisa; umphefumulo wami uyakwazi kahle.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

14 Ngiyakukubonga ngokuba ngenziwa ngokwesabekayo nangokumangalisayo; imisebenzi yakho iyamangalisa, umphefumulo wami ukwazi kahle.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Ngifuna ukukudumisa; ngokuba ngenziwa ngokwesabekayo nangokumangalisayo; iyamangalisa imisebenzi yakho; nokuthi umphefumulo wami ukwazi kahle.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 139:14
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

yena owenza izinto ezinkulu ezingaphenyekiyo, izimangaliso ezingenakubalwa,


Jehova, yeka ubuningi bemisebenzi yakho; yonke uyenzile ngokuhlakanipha; umhlaba ugcwele izidalwa zakho.


Mikhulu imisebenzi kaJehova, iphenywa yibo bonke abathokoza ngayo.


Jehova Nkulunkulu wami, ziningi izimangaliso zakho ozenzileyo, nezizindlo zakho ngathi; akukho okungafaniswa nawe; uma ngiyilanda, ngiyisho, miningi kunokuba ibalwe.


Umuntu oyisilima angekucabange, nesiwula asikuboni.


Bahlabelela igama likaMose inceku kaNkulunkulu negama leWundlu, bathi: “Mikhulu, iyamangalisa imisebenzi yakho, Nkosi Nkulunkulu, Mninimandla onke; zilungile, ziqinisile izindlela zakho wena Nkosi yezizwe;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ