Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 137:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Uma ngikhohlwa wena Jerusalema, masizikhohlwe isandla sami sokunene.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

5 Uma ngikhohlwa wena Jerusalema, isandla sami sokunene masikhohlwe ubuciko baso.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Uma ngikukhohlwa, Jerusalema, isandla sami sokunene masikhohlwe ubuqili bayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 137:5
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngokuba usuku lunye emagcekeni akho luhle kunezinye eziyizinkulungwane. Ngiyakhetha ukulinda emnyango wendlu kaNkulunkulu wami kunokuhlala ematendeni ababi.


Ngenxa yeSiyoni angiyikuthula, nangenxa yeJerusalema angiyikuphumula, ukulunga kwalo kungakaphumi njengokukhanya nokusindiswa kwalo njengesibani esivuthayo.


Nina eniphunyukile enkembeni hambani, ningemi; khumbulani uJehova nisekude, iJerusalema lingene ezinhliziyweni zenu.


“Maye kumalusi oyisiwula oshiya izimvu! Inkemba iyakuba sengalweni yakhe nasesweni lakhe lokunene; ingalo yakhe iyakubuna nokubuna, neso lakhe lokunene liyakufiphala nokufiphala.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ