Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 137:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Amahabhu* ethu sawaphanyeka eminyezaneni ephakathi kwalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

2 Amahabhu ethu sawaphanyeka eminyezaneni eyayilapho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Izintambo zethu sazilengisa emizaneni phakathi kwawo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 137:2
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bongani uJehova ngehabhu;* mdumiseni ngogubhu oluzintambo ziyishumi.


Hlabani ihubo, nithathe isigubhu nehabhu* elihle nogubhu.


Ukujabula kwezigubhu kunqamukile, ukuxokozela kwabajabulayo kuphelile, nenjabulo yehabhu* ikhawukile.


Ngiyakwenza ukuba isiho sezihlabelelo zakho siphele, nezwi lamahabhu* akho alisayikuzwakala.


Ngiyakuphendula imikhosi yenu ibe ngukukhala, nezihlabelelo zenu zonke zibe yizililo, ngibeke izindwangu zamasaka ezinkalweni zonke, nobumpandla kuwo onke amakhanda, ngikwenze kube njengokulilela indodana eyodwa, ukuphela kwakho kube njengosuku olumunyu.”


Izwi lababetha ihabhu* nelabahlabeleli nelababetha imitshingo namacilongo alisoze laphinda lizwakale kuwe, namuphi umlumbi noma owaluphi uhlobo akasoze wafunyaniswa kuwe, nomsindo wetshe lokusila awusoze wabuye uzwakale kuwe,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ