Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 135:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Washaya amazibulo aseGibithe, awabantu kanye nawezilwane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

8 Washaya amazibulo aseGibhithe, awabantu nawezilwane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Owashaya amazibulo aseGibithe, awabantu nawezilwane;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 135:8
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Washaya namazibulo onke ezweni lakubo, okokuqala kwamandla abo.


owalishaya iGibithe, amazibulo alo, ngokuba umusa wakhe umi phakade;


Washaya amazibulo onke aseGibithe, okokuqala kwamandla abo ematendeni kaHamu.


“ ‘Ngokuba ngiyakudabula izwe laseGibithe ngalobo busuku, ngibulale onke amazibulo ezweni laseGibithe, abantu nezinkomo, ngenze izahlulelo kuzo zonke izithixo zaseGibithe; nginguJehova.


Kwathi uFaro evuma kalukhuni ukuba sihambe, uJehova wabulala amazibulo onke asezweni laseGibithe, amazibulo abantu namazibulo ezinkomo; ngalokho ngiyahlabela uJehova konke okuvula isizalo okungamaduna; kepha onke amazibulo amadodana ami ngiyawahlenga.’


Kepha leso sizwe abayakuba yizigqila kuso ngiyakusahlulela mina, washo uNkulunkulu, andukuba baphume, bangikhonze kule ndawo.’


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ