AmaHubo 135:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE13 Jehova, igama lakho limi phakade; isikhumbuzo sakho, Jehova, sisezizukulwaneni ngezizukulwane. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202013 Simakade, igama lakho limi ingunaphakade. Simakade, ukhunjulwa yizizukulwane ngezizukulwane. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202413 Igama lakho, Jehova, limi kuze kube phakade; nesikhumbuzo sakho, Jehova, ezizukulwaneni ngezizukulwane. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
UNkulunkulu wathi futhi kuMose: “Uzakusho njalo kubo abantwana bakwa-Israyeli, uthi: ‘UJehova, uNkulunkulu wawoyihlo, uNkulunkulu ka-Abrahama, noNkulunkulu ka-Isaka, noNkulunkulu kaJakobe, ungithumile kini.’ Yileli eliyigama lami kuze kube phakade, lesi siyisikhumbuzo sami ezizukulwaneni ngezizukulwane.