Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 130:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Ngikhala kuwe Jehova ngisotweni phansi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

1 Ngikhala kuwe Simakade ngiphansi otweni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

1 (Ihubo.) Ekujuleni ngakhala kuwe, Jehova.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 130:1
22 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngiphakamisela amehlo ami ezintabeni; usizo lwami luvelaphi na?


Ngajabula lapho bethi kimi: “Masiye endlini kaJehova.”


Ngiyaphakamisela kuwe amehlo ami, wena ohlezi ezulwini.


Uma uJehova ebengenathi, makasho njalo manje u-Israyeli,


Abamethembayo uJehova bafana nentaba yaseSiyoni engenakunyakaziswa kepha imi phakade.


Lapho uJehova abuyisa ukuthunjwa kweSiyoni, sasinjengabaphuphayo.


Uma uJehova engayakhi indlu, basebenzela ize abayakhayo; uma uJehova engalondolozi umuzi, umlindi wawo ulindela ize.


Babusisiwe bonke abamesabayo uJehova, abahamba ngezindlela zakhe.


Bangihluphile kaningi kwasebusheni bami, makasho njalo u-Israyeli.


Waselula isandla sakhe ephezulu, wangibamba; wangikhipha emanzini amaningi.


Wangikhipha emgodini wokubhujiswa odakeni lobishi, wamisa izinyawo zami edwaleni, waqinisa izinyathelo zami.


Utwa lubizana notwa ekuhlokomeni kwezimpophoma zakho; onke amadlambi akho namaza akho eqile phezu kwami.


Wena owasizwisa izinhlupheko eziningi ezimbi, uyakubuye usiphilise, usikhuphule ezinzulwini zomhlaba.


owathi esenikele emihleni yenyama yakhe ngemikhuleko, nokunxusa, nokudazuluka okukhulu, nezinyembezi kuyena onamandla okumsindisa ekufeni, wezwiwa ngenxa yokumesaba uNkulunkulu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ