Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 119:80 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

80 Inhliziyo yami mayiphelele ezimisweni zakho, ukuze ngingajabhi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

80 Inhliziyo yami mayibe msulwa ezimisweni zakho, ukuze ngingajabhi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

80 Inhliziyo yami mayiphile ngezimiso zakho; ukuthi kangilanhloni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 119:80
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wenza okubi, ngokuba akabhekisanga inhliziyo yakhe ukumfuna uJehova.


Kodwa izindawo eziphakemeyo azisuswanga kwa-Israyeli; nokho inhliziyo ka-Asa yayiphelele zonke izinsuku zakhe.


Wenza okulungile emehlweni kaJehova, kungenganhliziyo epheleleyo kodwa.


Khona angiyikujabha; ngiyakuhlonipha iziyalezo zonke zakho.


Ukulunga nobuqotho makungilondoloze, ngokuba ngilindele wena.


Ubusisiwe umuntu uJehova angambaleli isiphambeko, kungekho nkohliso emoyeni wakhe.


Phezu kwakho konke okugcinayo, gcina inhliziyo yakho, ngokuba kuyilapho kuvela khona ukuphila.


Ngiyakunikhipha phakathi kwawo, ngininikele esandleni sabafokazi, ngahlulele phakathi kwenu.


UJesu wabona uNathanayeli eza kuye, wathi ngaye: “Bheka, umIsrayeli uqobo okungekho nkohliso kuye.”


Ngokuba ukuzibonga kwethu yilokhu, okungubufakazi bukanembeza wethu, ukuthi sahamba ezweni kakhulu maqondana nani ngobungcwele nangobuqotho bukaNkulunkulu, kungengokuhlakanipha kwenyama kodwa ngomusa kaNkulunkulu.


“Namuhla uJehova uNkulunkulu wakho uyakuyala ukwenza lezi zimiso nezahlulelo; ngalokho wozigcina, uzenze ngayo yonke inhliziyo yakho.


Nakalokhu, bantwanyana, hlalani kuye, ukuze, nxa ebonakala, sibe nesibindi, singabi namahloni sinyibe kuye ekubonakaleni kwakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ