Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 119:41 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

41 Mawuze kimi umusa wakho, Jehova, insindiso yakho ngokwezwi lakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

41 Umusa wakho mawuze kimi, Simakade, insindiso yakho ngokwezwi lakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

41 VAU. Makube phezu kwami umusa wakho, Jehova, insindiso yakho ngokwezwi lakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 119:41
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Amehlo ami ayalangazelela insindiso yakho nezwi lokulunga kwakho.


Bheka kimi, ube nomusa kimi njengokufanele abathanda igama lakho.


Ngiyalangazelela insindiso yakho, Jehova; umthetho wakho uyintokozo yami.


Lokhu kuyinduduzo ekuhluphekeni kwami, ngokuba izwi lakho lingiphilisile.


Ngincenga ubuso bakho ngenhliziyo yami yonke; yiba nomusa kimi ngokwezwi lakho.


Umphefumulo wami ulangazelela insindiso yakho; ngiyalethemba izwi lakho.


Ngiphendule, Jehova, ngokuba umusa wakho ulungile; uphendukele kimi ngokobubele bakho obukhulu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ