Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 119:153 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

153 Bheka ukuhlupheka kwami, ungikhulule, ngokuba angikhohlwa umthetho wakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

153 Bheka ukuhlupheka kwami, ungikhulule, ngokuba angiwukhohlwa umthetho wakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

153 RESH. Bheka ukuhlupheka kwami, ungisindise, ngokuba angikhohlwa umthetho wakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 119:153
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“Ngalokho, Nkulunkulu wethu, Nkulunkulu omkhulu onamandla owesabekayo, ogcina isivumelwano nomusa, yonke le nkathazo mayingabi ncane ebusweni bakho esificile thina, namakhosi ethu, nezikhulu zethu, nabapristi bethu, nabaprofethi bethu, nawobaba, nabo bonke abantu bakho, kusukela esikhathini samakhosi ase-Asiriya kuze kube namuhla.


Umphefumulo wami usesandleni sami njalo; nokho umthetho wakho angiwukhohlwa.


Ngimncane, ngidelelekile; iziyalezo zakho angizikhohlwa.


Bheka ukuthi ngithanda kangaka iziyalezo zakho, Jehova; ngiphilise ngokomusa wakho.


Ngiyakuthokoza ngezimiso zakho; angiyikukhohlwa izwi lakho.


Ngiyaduka njengemvu elahlekileyo; funa inceku yakho, ngokuba angikhohlwa imiyalo yakho.


Ngemiyalo yakho ngiyahlakanipha kunezitha zami, ngokuba inami kuze kube phakade.


Bheka izitha zami, ngokuba ziningi; ziyangizonda ngenzondo yonya.


Yiba nomusa kimi, Jehova; kubone engihlupheka ngakho ngabangizondayo wena ongiphakamisa emasangweni okufa,


Ndodana yami, ungakhohlwa umthetho wami, kepha inhliziyo yakho mayigcine imiyalo yami,


“Bheka, Jehova, ubone ukuthi wenzile kanjalo kubani. Abesifazane bayakudla yini izithelo zabo, izingane eziphathiweyo kahle, na? Abaprofethi nabapristi bayakubulawa endlini engcwele yeNkosi, na?


Khumbula, Jehova, esehlelwe yikho; bheka, ubone ihlazo lethu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ