Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 119:110 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

110 Ababi bangibekele ugibe, kepha angiduki eziyalezweni zakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

110 Izikhohlakali zingicuphile, kepha angichezukanga eziyalezweni zakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

110 Ababi bangibekele ugibe, kepha angidukanga emiyalweni yakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 119:110
16 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngikufunile ngenhliziyo yami yonke; mangingaphambuki emiyalweni yakho.


Uyakhuza abazidlayo, abaqalekisiweyo, abaduka emiyalweni yakho.


Abazidlayo bangihleka usulu kakhulu, kepha emthethweni wakho angichezuki.


Abazidlayo bangimbela imigodi, bona abaphambene nomthetho wakho.


Bacishe bangiqeda emhlabeni, kepha angishiyanga iziyalezo zakho.


Ababi bahlalele ukungibhubhisa, kepha ngiyaqaphela ubufakazi bakho.


Abazidlayo bangifihlela ugibe; ngezintambo bendlala inetha; eceleni kwendlela bangibekela izihibe. Sela*


Ngihlenge ogibeni abangibekele lona, nasezihibeni zabenza okubi.


Mina kodwa nginjengesithulu, angizwa; nginjengesimungulu esingavuli umlomo waso.


Inhliziyo yami iduduzekile, Nkulunkulu; inhliziyo yami iduduzekile; ngizakuhlabelela, ngihube.


Makuzwakale ukukhala ezindlini zabo, lapho ubehlisela impi ngokuzumayo, ngokuba bembile umgodi wokungibamba, bafihlela izinyawo zami izingibe.


UDaniyeli esekwazi ukuthi umbhalo ulotshiwe, wangena endlini yakhe amafasitele ekamelo lakhe ayevulekile ebhekisa eJerusalema waguqa ngamadolo kathathu ngosuku, wakhuleka, wabonga uNkulunkulu wakhe, njengalokho enzile kuqala.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ