Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 118:22 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Itshe abalinqabayo abakhi selaba yinhloko yegumbi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

22 Itshe abalinqabayo abakhi, selaba yinhloko yegumbi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Itshe abalinqabayo abakhi laba yinhloko yegumbi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 118:22
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngalokho ithi iNkosi uJehova: “Bheka, ngibeka eSiyoni itshe lesisekelo, itshe elivivinyekileyo, itshe legumbi elinqabileyo lesisekelo esiyiso; okholwayo kayikubaleka.


“Ungubani wena ntaba enkulu? Phambi kukaZerubabele uyakuba yithafa; uyakukhipha itshe eliyinhloko ngokumemeza ukuthi: ‘Umusa, mawube kulo!’ ”


UJesu wathi kubo: “Anizange nifunde yini emibhalweni ukuthi: “ ‘Itshe abalinqabayo abakhi lona laba yinhloko yegumbi; lona lavela eNkosini; liyisimangaliso emehlweni ethu,’ na?


Kepha wababheka, wathi: “Yini, pho, lokhu okulotshiweyo ukuthi: “ ‘Itshe abalinqabayo abakhi lona laba yinhloko yegumbi’?


Yena uyitshe eladelelwa yinina bakhi, eselaba yinhloko yegumbi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ