AmaHubo 116:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE9 Ngiyakuhamba ebusweni bukaJehova ezweni labaphilayo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20209 Ngizohamba phambi kukaSimakade ezweni labaphilayo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20249 Ngiyakuhamba phambi kukaJehova ezweni labaphilayo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
“Ngalokho, Jehova Nkulunkulu ka-Israyeli, gcina nenceku yakho uDavide ubaba lokho owakusho kuyo ukuthi: ‘Akuyikunqunywa muntu kuwe emehlweni ami ukuhlala esihlalweni sobukhosi sakwa-Israyeli, uma kuphela abantwana bakho beqaphela indlela yabo ukuba bahambe phambi kwami, njengalokho wena uhambe phambi kwami.’