Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 116:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Ngokuba ubekile indlebe kimi ngiyakukhuleka kuye zonke izinsuku zami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

2 Ngokuba ubeke indlebe yakhe kimi, ngizokhuleka kuye ngisaphila.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Ngokuba ebeke indlebe yakhe kimi, ngiyakukhuleka kuye zonke izinsuku zami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 116:2
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Uyakuthokoza ngoSomandla, ambize uNkulunkulu ngezikhathi zonke, na?


Makabongwe uJehova, ngokuba ulizwile izwi lokunxusa kwami.


Beka kimi indlebe yakho, ungophule masinyane, ube yidwala eliqinileyo kimi, indlu yezinqaba yokungisindisa.


Ngokuba wena uyidwala lami nenqaba yami; ngenxa yegama lakho uyakungihola, ungiqondise.


Bengilindela uJehova; wayesezikhothamisela kimi, wezwa ukukhala kwami.


Jehova Nkulunkulu wensindiso yami, ngikhala imini nobusuku phambi kwakho.


Wangiphonsa ekujuleni, enhliziyweni yolwandle, umfula wangihaqa; onke amadlambi akho namaza akho adlula phezu kwami.


Wabalandisa umfanekiso wokuthi bamelwe ukukhuleka njalo, bangadangali.


Ningakhathazeki ngalutho, kepha kukho konke izicelo zenu mazaziwe nguNkulunkulu ngokukhuleka nokunxusa kanye nokubonga.


Qiniselani ekukhulekeni, nilinde kukho ninokubonga.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ