Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 111:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Abamesabayo ubapha ukudla; ukhumbula njalo isivumelwano sakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

5 Abamesabayo ubapha ukudla, isivumelwano sakhe usikhumbula njalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Wabapha ukudla abamesabayo; Uyosikhumbula njalo isivumelwano sakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 111:5
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

ngathi: “Ngiyanxusa, Jehova Nkulunkulu wezulu, wena Nkulunkulu omkhulu nowesabekayo, ogcina isivumelwano nomusa nabakuthandayo nabagcina imiyalo yakho,


Ukhumbulile isivumelwano sakhe kuze kube phakade, izwi ayala ngalo izizukulwane eziyinkulungwane,


Wabakhumbulela isivumelwano sakhe; waphenduka ngokobuningi bomusa wakhe.


Bheka, iso likaJehova liphezu kwabamesabayo, abathemba umusa wakhe,


ukuba akhulule umphefumulo wabo ekufeni, abaphilise endlaleni.


Themba kuJehova, wenze okulungileyo; hlala ezweni, uzondle ngokukholeka;


Angiyikwaphula isivumelwano sami, nokuphumileyo ezindebeni zami angiyikukuguqula.


yena uyakuhlala ekuphakameni, izinqaba zamadwala zibe yisivikelo sakhe, aphiwe isinkwa sakhe, amanzi akhe athembeke.


Ngakhuleka kuJehova uNkulunkulu wami, ngavuma ngathi: “O Nkosi, Nkulunkulu omkhulu nowesabekayo, ogcina isivumelwano nomusa kwabamthandayo nabagcina imiyalo yakhe,


ukwenzela okhokho bethu isihawu nokukhumbula isivumelwano sayo esingcwele,


Ngokuba konke lokho kufunwa ngabezizwe bomhlaba, kepha uYihlo uyazi ukuthi niyakudinga lokho.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ