Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 109:26 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Ngisize, Jehova Nkulunkulu wami, ngisindise ngokomusa wakho,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

26 Ngisize, Simakade Nkulunkulu wami, ngisindise ngokomusa wakho,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

26 Ngisize, Jehova Nkulunkulu wami, ngisindise ngokomusa wakho;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 109:26
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Yonke imiyalo yakho ithembekile; bayangizingela ngamanga; ngisize.


Ngokuba izinhlupheko ezingenakubalwa zingihaqile, iziphambeko zami zingificile, angaze ngaba nakubona; ziningi kunezinwele zekhanda lami; inhliziyo yami ingishiyile.


Yiba nomusa kimi, Nkulunkulu; yiba nomusa kimi. Ngokuba umphefumulo wami uphephela kuwe; ngifuna ukukhosela ethunzini lamaphiko akho, zize zidlule izinhlupheko.


Kodwa mina, umkhuleko wami ukuwe Jehova esikhathini sokuzwelwa, Nkulunkulu; ngenxa yomusa wakho omkhulu ngiphendule eqinisweni lensindiso yakho.


Ngiphendule, Jehova, ngokuba umusa wakho ulungile; uphendukele kimi ngokobubele bakho obukhulu.


owathi esenikele emihleni yenyama yakhe ngemikhuleko, nokunxusa, nokudazuluka okukhulu, nezinyembezi kuyena onamandla okumsindisa ekufeni, wezwiwa ngenxa yokumesaba uNkulunkulu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ