AmaHubo 106:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE9 Wakhuza uLwandle Olubomvu, lwasha; wabaholela ekujuleni njengasehlane. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20209 Wakhuza uLwandle Lomhlanga, lwasha, wabaholela ekujuleni njengasehlane. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20249 Futhi wayikhuza iSchelfsee, futhi yoma; wabahola ekujuleni kungathi badabula ugwadule. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Ngalokho ekufikeni kwami kwaba ngani ukuba kungabikho muntu, nasekubizeni kungabikho ophendulayo, na? Isandla sami sifinyeziwe nokufinyezwa, ukuze singahlengi na? Noma angisenamandla okophula na? Bheka, ngokukhuza kwami ngiyomisa ulwandle, ngenze imifula ibe yihlane; izinhlanzi zalo ziyanuka, ngokuba awakho amanzi, ziyafa ukoma.