Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 106:29 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 Bamcunula ngezenzo zabo; kwabhoboka isifo phakathi kwabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

29 Bamchukuluza ngezenzo zabo, kwaqubuka ubhubhane phakathi kwabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

29 Basebemthukuthelisa ngemisebenzi yabo, kwavela isifo phezu kwabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 106:29
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bangcola kanjalo ngemisebenzi yabo, baphinga ezenzweni zabo.


Jehova Nkulunkulu wethu, wena ubaphendulile, waba kubo uNkulunkulu othethelelayo nophindiselayo ngezenzo zabo.


Bheka, lokhu kuphela ngikufumene ukuthi uNkulunkulu wamenza umuntu waba qotho, kepha bona bafunile amacebo amaningi.”


U-Israyeli wazihlanganisa noBali Peyori. Intukuthelo kaJehova yayisimvuthela u-Israyeli.


wamlandela umuntu wakwa-Israyeli, wangena etendeni, wabagwaza bobabili, indoda yakwa-Israyeli nowesifazane esiswini sakhe. Sanqamuka-ke kanjalo isifo kubantwana bakwa-Israyeli.


Abafayo ngaleso sifo babe yizinkulungwane ezingamashumi amabili nane.


Futhi asingenzi ubufebe njengokuba abanye kubo benza ubufebe, bafa ngalusuku lunye abayizinkulungwane ezingamashumi amabili nantathu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ