Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 105:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Zibongeni egameni lakhe elingcwele; mazithokoze izinhliziyo zabamfunayo uJehova.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 Dumisani igama lakhe elingcwele, mazithokoze izinhliziyo zabafuna uSimakade.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Zibongeni egameni lakhe elingcwele; mayijabule inhliziyo yabafuna uJehova.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 105:3
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ukuzindla kwami makube mnandi kuye; mina mangithokoze kuJehova.


Umphefumulo wami uyakuzibonga ngoJehova; abathobekileyo bayakukuzwa, bajabule.


Nabalaziyo igama lakho bayakwethemba wena; ngokuba wena Jehova awubashiyi abakufunayo.


Ngiyathanda abangithandayo; abangifunayo bayakungifumana.


Angikhulumanga ekusithekeni, endaweni emnyama emhlabeni; angishongo enzalweni kaJakobe ukuthi: ‘Ngifuneni ngeze.’ Mina Jehova ngikhuluma ukulunga, ngimemezela okuqotho.


KuJehova yonke inzalo kaJakobe yakwa-Israyeli iyakulungisiswa, ibe nodumo.


UJehova muhle kwabamethembayo, kumphefumulo omfunayo.


ukuze kungabikho nyama ezibongayo phambi kukaNkulunkulu.


ukuze kuthi njengokulotshiweyo: “Ozibongayo akazibonge eNkosini.”


Kepha kimi makungabikho nakanye ukuzibonga, kuphela ngesiphambano seNkosi yethu uJesu Kristu, okubethelwe ngaye izwe kimi nami kulo izwe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ