Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AmaHubo 103:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Ngokuba uyakwazi ukubunjwa kwethu; uyakhumbula ukuthi siluthuli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

14 Ngokuba uyazi ukuthi sibunjwe kanjani, uyakhumbula ukuthi siluthuli nje.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Ngoba yena uyasazi isimo sethu; uyakhumbula ukuthi siluthuli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AmaHubo 103:14
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJehova uNkulunkulu wambumba umuntu ngomhlabathi, waphefumulela emakhaleni akhe umoya wokuphila; kanjalo umuntu waba umphefumulo ophilayo.


Ngesithukuthuku sobuso bakho uyakudla isinkwa sakho, uze ubuyele emhlabathini, lokhu wathathwa kuwo; ngokuba ungumhlabathi, uyakuphenduka umhlabathi.”


Ake ukhumbule ukuthi ungenzile njengebumba; pho, uyakungibuyisela othulini na?


Uyakwethusa iqabunga eliphephethwayo, uxoshe amabibi awomileyo, na?


Awuthetheleli ngani isiphambeko sami, ususe isono sami, na? Ngokuba manje ngiyakulala phansi othulini; uyakungifunisisa, kepha angiyikubakho.”


Khumbula ukuthi isikhathi sami singakanani nokuthi wadalela ize bonke abantwana babantu.


uthuli lubuyele emhlabathini, njengokuba lwalunjalo, umoya ubuyele kuNkulunkulu owawunikayo.


O ukuphendukezela kwenu! Ibumba liyakulinganiswa nombumbi yini, ukuze okwenziweyo kusho ngokwenzileyo ukuthi: “Yena akangenzanga,” na? noma okubunjiweyo kusho ngokubumbileyo ukuthi: “Akanakuqonda,” na?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ