Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 9:32 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Ngalokho vukani ebusuku, wena nabantu abanawe, niqamekele endle;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

32 Ngakho-ke hambani ebusuku, wena namabutho anawe niyocutha endle.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

32 Vuka-ke ebusuku, wena nabantu abakanye nawe, ulale, ulinde endle;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 9:32
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Uceba okubi ecansini lakhe, uzimisa endleleni engalungile; okubi kakwenyanyi.


Ngokuba abalali, uma bengenzanga okubi; ubuthongo buyasuswa, uma bengakhubekisanga muntu.


UJoshuwa wasuka kanye nabo bonke abantu bempi ukuba akhuphukele e-Ayi; uJoshuwa wakhetha amadoda ayizinkulungwane ezingamashumi amathathu amaqhawe anamandla, wawathuma ebusuku.


Wawayala ngokuthi: “Bhekani, niyakuwuqamekela umuzi, emva komuzi, ningayi kude kakhulu nomuzi, nihlale nilungele nonke.


Wathuma izithunywa ku-Abimeleki ngobuqili, wathi: “Bheka, uGali indodana ka-Ebedi nabafowabo bafikile eShekemi; bheka, bakuvusela umuzi.


kuyakuthi ekuseni lisaphuma ilanga, uvuke, uhlasele umuzi; bheka, lapho yena nabantu abanye bephuma ukuba balwe nawe, wenze kubo njengokubona kwakho.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ