Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 9:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Abafowabo bakanina base bekhuluma ngaye ezindlebeni zabo bonke abantu baseShekemi onke lawo mazwi; izinhliziyo zabo zathanda ukumlandela u-Abimeleki, ngokuba bathi: “Ungumfowethu.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 Omalume bakhe base bekhuluma wonke lawo mazwi egameni lakhe, kuzwa zonke izikhulu zaseShekhemi; izinhliziyo zazo zathanda ukulandela u-Abhimelekhi, ngokuba zathi: “Ungumfowethu.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Abafowabo bakanina bakhuluma onke lawa mazwi akhe ezindlebeni zabo bonke abantu baseShekemi, inhliziyo yabo yathandeka ukumlandela u-Abimeleki; ngoba bathi: Ungumfowethu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 9:3
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

ULabani wayesethi kuJakobe: “Lokhu ungumfowethu, ubuzakungisebenzela ngeze na? Ngitshele ukuthi umvuzo wakho uyakuba yini na?”


Kwafika umbiki kuDavide, wathi: “Izinhliziyo zabantu bakwa-Israyeli zilandela u-Abisalomu.”


Ngokuba omubi uyazigabisa ngokufisa komphefumulo wakhe, nohulazayo uyamvalelisa, amdelele uJehova.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ