Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 8:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Base bethi oZeba noSalimuna: “Suka wena, usihlasele, ngokuba njengendoda anjalo amandla ayo.” Wayesesuka uGideyoni, wababulala oZeba noSalimuna, wathatha izimbedu ezinjengenyanga ezazisezintanyeni zamakamela abo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

21 UZebha noZalimuna bathi: “Woza usibulale, ngokuba njengoba injalo indoda, anjalo namandla ayo.” Ngakho-ke uGideyoni wasondela wababulala, wathatha imihlobiso eyayisezintanyeni zamakameli abo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Base bethi oSeba noSalimuna: “Sukumani, nisihlasele, ngokuba anjalo umuntu amandla akhe.” UGideyoni wasukuma, wabulala oSheba noSalimuna, wathatha imihlobiso eyayisezintanyeni zamakamela abo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 8:21
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Nkulunkulu, ungathuli, ungalibali, ungali ukukhuluma, Nkulunkulu.


Amakhosana abo wenze abe njengo-Orebi noZebi, nabakhulu babo bonke njengoZeba noSalimuna


ababethi: “Masizithabathele amadlelo kaNkulunkulu.”


Ngalolo suku iNkosi iyakususa imihlobiso yawo: izigqizo, nemiqhele, nezimbedu ezinjengenyanga,


Ngasemuva uJoshuwa wawagenca, wawabulala, wawaphanyeka emithini eyisihlanu, alenga emithini kwaze kwahlwa.


Ngaleyo mihla abantu bayakufuna ukufa, bangaze bakufumana; futhi bayakufisa ukufa, kepha ukufa kubabalekele.


Base bethi kuye: “Sehlele ukuba sikubophe, ukuze sikunikele esandleni samaFilisti.” USamsoni wathi kubo: “Fungani kimi ukuthi nina aniyikungisukela.”


Wayesethi kuJetheri izibulo lakhe: “Suka ubabulale.” Kepha umfana kahoshanga inkemba yakhe, ngokuba wesaba lokhu engumfana.


Abantu bakwa-Israyeli bathi kuGideyoni: “Sibuse, wena nendodana yakho, nendodana yendodana yakho futhi, ngokuba usisindisile esandleni sakwaMidiyani.”


Isisindo samacici egolide awacelayo sasingamashekeli* ayinkulungwane namakhulu ayisikhombisa egolide, ngaphandle kwezimbedu ezinjengenyanga, neziqhaza, nezingubo ezibubende ezazembethwe ngamakhosi akwaMidiyani, nangaphandle kwamaketanga ayesezintanyeni zamakamela awo.


Wayeseshesha ebiza udibi olwaluphethe izikhali zakhe, wathi kulo: “Hosha inkemba yakho, ungibulale ukuba abantu bangasho ngami ukuthi: ‘Wabulawa ngowesifazane.’ ” Udibi lwakhe lwase lumgwaza, wafa.


Impi yaba nzima kuSawule; abacibishelayo bamfica, wakhathazeka kakhulu ngenxa yabacibishelayo.


Udibi lwezikhali zakhe selubonile ukuthi uSawule ufile, lwawela nalo phezu kwenkemba yalo, lwafa kanye naye.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ