Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 7:25 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Abamba izikhulu ezimbili zakwaMidiyani, o-Orebi noZebi, ambulala u-Orebi ngasedwaleni lika-Orebi, noZebi bambulala ngasesikhamweni sewayini sikaZebi, abaxosha abakwaMidiyani; aletha ikhanda lika-Orebi nelikaZebi kuGideyoni phesheya kweJordani.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

25 Abamba abakhuzi bempi bakwaMidiyani ababili, u-Orebhi noZebhi, u-Orebhi bambulalela edwaleni lika-Orebhi, uZebhi bambulalela esikhamweni sewayini sikaZebhi, ngesikhathi bexosha abakwaMidiyani. Baletha amakhanda o-Orebhi noZehebhi kuGideyoni, phesheya kweJordani.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Athumba izikhulu ezimbili zakwaMidiyani, o-Orebi noZebi; bambulala u-Orebi edwaleni lika-Orebi, uZebi wababulala esikhamweni sewayini sikaZebi, wabaxosha abakwaMidiyani, baletha ikhanda lika-Orebi nelikaZebi kuGideyoni phesheya kweJordani.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 7:25
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

ababhubhela e-Eni Dori, baba ngumquba womhlabathi.


UJehova Sebawoti uyakulivusela isiswebhu njengasekubulaweni kwabakwaMidiyani ngasedwaleni lika-Orebi, nentonga yakhe iyakuba phezu kolwandle, ayiphakamise ngendlela yaseGibithe.


Ngokuba ijoka lomthwalo wabo, nenduku yamahlombe abo, noswazi lomhluphi wabo uyakwaphula njengasosukwini lukaMidiyani.


Ngibona amatende aseKushani ephansi kosizi, izilenge zezwe lakwaMidiyani ziyathuthumela.


Bamisa phezu kwakhe inqwaba yamatshe; isekhona nanamuhla; uJehova waphenduka entukuthelweni yake enkulu. Ngalokho igama laleyo ndawo laqanjwa ngokuthi isigodi sase-Akori kuze kube namuhla.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ