Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 5:28 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 “Wabheka efasiteleni, wamemeza, unina kaSisera wathi eheleni: ‘Inqola yakhe ilibalelani ukufika na? Zilibaziselwani izinyawo zezinqola zakhe na?’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

28 “Walunguza efasiteleni unina kaSisera, wakhala ngemuva kwekhethini, ethi: ‘Ilibaleleni inqola yakhe ukubuya, na? Uphi umsindo wezinqola zakhe, na?’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

28 Unina kaSisera walunguza efasiteleni wamemeza phakathi kwemigoqo: Kungani inqola yakhe ithatha isikhathi eside kangaka ukufika? abambezelelani amasondo ezinqola zakhe?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 5:28
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Ahaziya wawa eheleni lekamelo lakhe eliphezulu laseSamariya, wagula, wathuma izithunywa, wathi kuzo: “Hambani nibuze kuBali Zebubi unkulunkulu wase-Ekroni, uma ngiyakusinda kulokhu kugula kwami.”


Ngokuba efasiteleni lendlu yami ngalunguza eheleni lami,


Othandiweyo wami unjengensephe noma njengesixhumu sendluzele; bheka, umi emva kodonga lwakwethu; uyalunguza emafasiteleni, ubonakala ngaseheleni.


Shesha, othandiweyo wami, ufane nensephe nesixhumo sendluzele ezintabeni zamakha.


Ngakho bekezelani, bazalwane, ize ifike iNkosi. Bhekani, umlimi uyalindela isithelo somhlaba esiyigugu, ebekezelela sona, size sithole imvula yokuqala neyamuva.


UJehova wamngquzula uSisera nazo zonke izinqola zakhe nempi yakhe yonke ngosiko lwenkemba phambi kukaBaraki; uSisera wehlika enqoleni yakhe, wabaleka ngezinyawo.


Wakhothama ngasezinyaweni zakhe, wawa, walala; ngasezinyaweni zakhe wafola, wawa; lapho wakhothama khona, wawela khona efile.


Amakhosazana akhe ahlakaniphileyo amphendula, yebo, wazibuyisela yena uqobo impendulo ngokuthi:


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ