Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 5:26 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Wafaka isandla sakhe esikhonkwaneni, esokunene sakhe esandweni sezisebenzi; ngesando wamshaya uSisera, wadebeza ikhanda lakhe, yebo, wamgqobhoza, wambhoboza esikhaleni sendlebe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

26 Wabeka isandla sakhe esikhonkwaneni sethende nesokudla sakhe esandweni sezisebenzi; wamgqema ingozi uSisera wamfihliza ikhanda, wamgqobhoza, wambhoboza esikhaleni sendlebe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

26 Ubeka isandla sakhe esikhonkwaneni nesandla sakhe sokunene esandweni sabasebenzayo; wamshaya uSisera ngesando, wamgqabula ikhanda, ehlaba, eshaya izinhlafuno zakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 5:26
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Owesifazane wayeseya ngokuhlakanipha kwakhe kubantu bonke. Bamnquma uSheba indodana kaBikri ikhanda, baliphonsa kuJowabe. Yena wabetha icilongo, bahlakazeka kulowo muzi, baya, kwaba yilowo nalowo etendeni lakhe. UJowabe wabuyela eJerusalema enkosini.


UJayeli umkaHebere wayesethatha isikhonkwane setende, waphatha isando ngesandla, wanyonyobela kuye, wambethela esikhaleni sendlebe ngesikhonkwane, sagqobhoza, saphumela emhlabathini, ngokuba wayelele ubuthongo obukhulu ediniwe; wafa kanjalo.


Wacela amanzi, wamupha ubisi, wamlethela amangqanga ngesitsha samakhosi.


Wakhothama ngasezinyaweni zakhe, wawa, walala; ngasezinyaweni zakhe wafola, wawa; lapho wakhothama khona, wawela khona efile.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ