Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 5:24 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 “Uyakubusiswa phezu kwabesifazane uJayeli umkaHebere umKheni, abusiswe phezu kwabesifazane basematendeni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

24 “Ungobusisiwe kwabesifazane, Jayeli mkaHebhere umKheni, ungobusisiwe kwabesifazane abahlala emathendeni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Uyakubusiswa uJayeli phezu kwabesifazane, umkaHebhere umKheni, abusiswe phezu kwabesifazane etendeni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 5:24
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wambusisa wathi: “U-Abrama makabusiswe nguNkulunkulu oPhezukonke, umdali wezulu nomhlaba.


Muphe ezithelweni zezandla zakhe, izenzo zakhe zimdumise emasangweni.


Yangena ingelosi kuye, yathi: “E wena ophiwe umusa! INkosi inawe; ubusisiwe esifazaneni.”


wamemeza ngezwi elikhulu, wathi: “Ubusisiwe wena esifazaneni! Sibusisiwe nesithelo sesisu sakho!


Kepha uSisera wabaleka ngezinyawo, wafika etendeni likaJayeli umkaHebere umKheni, ngokuba kwakukhona ukuthula phakathi kukaJabini inkosi yaseHasori nendlu kaHebere umKheni.


Wayesethi kuye: “Ake ungiphuzise ingcosana yamanzi, ngokuba ngomile.” Wavumbulula igabha lobisi, wamphuzisa, wamembesa.


Wacela amanzi, wamupha ubisi, wamlethela amangqanga ngesitsha samakhosi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ