Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 4:22 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Bheka, uBaraki esamxosha uSisera, uJayeli waphuma ukumhlangabeza, wathi kuye: “Woza, ngikubonise omfunayo.” Waya kuye; bheka, uSisera wayelele efile, isikhonkwane sisesikhaleni sendlebe yakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

22 Wathi efika uBharaki exosha uSisera, uJayeli waphuma wayomhlangabeza, wathi kuye: “Woza ngizokukhombisa indoda oyifunayo.” Wayesengena ethendeni likaJayeli; wamfica uSisera edindilizile, efile, kunesikhonkwane enhlafunweni yakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Bheka, uBaraki esaxosha uSisera, uJayeli waphuma ukumhlangabeza, wathi kuye: “Woza, ngikubonise umuntu omfunayo.” Lapho engena etendeni lakhe, bheka, uSisera wayelele efile, isikhonkwane sisethempelini lakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 4:22
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

ngibuyisele kuwe bonke abantu; umuntu omfunayo unjengokungathi bonke babuyile; bonke abantu bayakuba nokuthula.”


UJayeli umkaHebere wayesethatha isikhonkwane setende, waphatha isando ngesandla, wanyonyobela kuye, wambethela esikhaleni sendlebe ngesikhonkwane, sagqobhoza, saphumela emhlabathini, ngokuba wayelele ubuthongo obukhulu ediniwe; wafa kanjalo.


Ngalolo suku uNkulunkulu wamnqoba uJabini inkosi yaseKhanani phambi kwabantwana bakwa-Israyeli.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ