Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 4:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Kepha uSisera wabaleka ngezinyawo, wafika etendeni likaJayeli umkaHebere umKheni, ngokuba kwakukhona ukuthula phakathi kukaJabini inkosi yaseHasori nendlu kaHebere umKheni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

17 USisera wabaleka ngezinyawo waze wayofika ethendeni likaJayeli, umkaHebhere umKheni, ngokuba kwakunokuthula phakathi kukaJabhini, inkosi yaseHazori, nabendlu kaHebhere umKheni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

17 USisera wabaleka ngezinyawo waya etendeni likaJayeli umkaHebhere umKheni, ngokuba kwakukhona ukuthula phakathi kukaJabini inkosi yaseHazori nendlu kaHebhere umKheni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 4:17
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wathela ukudelelwa phezu kwezikhulu, wabazulazulisa ehlane elingenandlela.


Itafula labo malibe yisihibe phambi kwabo, libe lugibe kwabahlezi bezithulele.


Ukuzidla komuntu kuyamthobisa, kepha onomoya othobekileyo uyazuza udumo.


“Akukho ukuthula kwababi,” usho uNkulunkulu wami.


onesibindi phakathi kwamaqhawe uyakubaleka ze ngalolo suku,” usho uJehova.


Kepha uBaraki waxosha izinqola nempi kwaze kwaba seHarosheti labezizwe; yonke impi kaSisera yawa ngosiko lwenkemba, akwasala muntu.


UJayeli waphuma ukumhlangabeza uSisera, wathi kuye: “Phambuka, nkosi yami; phambukela kimi, ungesabi.” Waphambukela kuye etendeni, wamembesa ingubo.


“Uyakubusiswa phezu kwabesifazane uJayeli umkaHebere umKheni, abusiswe phezu kwabesifazane basematendeni.


“Ezinsukwini zikaShamgari indodana ka-Anati, ezinsukwini zikaJayeli imendo yayishiyiwe; ababeyakuhamba ngemendo bahamba ngemikhondo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ