Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 3:25 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Zalinda zaze zajabha; bheka, akayivulanga iminyango yekamelo eliphezulu; ngalokho zathatha ukhiye, zayivula; bheka, inkosi yazo yayiwele phansi ifile.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

25 Zalinda zaze zakhathala. Kwathi ukuba zibone ukuthi ayiyivuli iminyango yekamelo eliphezulu, zathatha isihluthulelo zavula. Bheka, zayithola inkosi yazo iwele phansi ifile.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Bahlala baze baba namahloni; bathatha isihluthulelo, bawuvula; bheka, inkosi yabo yawela emhlabathini ifile.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 3:25
2 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Nxa esephumile yena, kwafika izinceku zakhe; zabona, bheka, iminyango yekamelo eliphezulu yayihluthulelwe; zathi: “Mhlawumbe uyembesa ezinyawo zakhe ekamelweni lakhe elipholileyo.”


U-Ehudi waphunyuka zisalinda, wadlula endaweni yezithombe ezibaziweyo, wabalekela eSeyiri.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ