Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 19:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Kwathi ngosuku lwesine bavuka ekuseni kakhulu, wasuka ukuba ahambe; uyise wentombi wathi kumkhwenyana wakhe: “Hlumelela inhliziyo yakho ngocezu lwesinkwa, andukuba nihambe.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

5 Ngosuku lwesine bavuka kusempondozankomo ukuze umkhwenyana ahambe, kodwa uyise wentombi wathi kuye: “Misa insika ngocezu lwesinkwa, emveni kwalokho ningahamba.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Kwathi ngosuku lwesine bevuka ekuseni kakhulu, wavuka ukuba ahambe; uyise wentombazane wathi kumkhwenyana wakhe: “Dumisa inhliziyo yakho ngocezu lwesinkwa, ululandele.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 19:5
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngizakulanda ucezu lwesikwa, nithokozise izinhliziyo zenu, andukuba nidlule, njengokuba senifikile encekwini yenu.” Athi: “Yenza njengokusho kwakho.”


Yayisithi inkosi kulowo muntu kaNkulunkulu: “Woza siye ekhaya, uzihlumelele, ngikuphe isipho.”


newayini elijabulisa inhliziyo yomuntu, namafutha okukhazimulisa ubuso, nesinkwa esiqinisa inhliziyo yomuntu.


UJesu wathi kubo: “Ukudla kwami kungukwenza intando yongithumileyo, ngifeze umsebenzi wakhe.


esedlile wathola amandla. Wahlala nabafundi baseDamaseku izinsuku ezithile.


Umukhwe wakhe, uyise wentombi, wambambezela, wahlala kuye izinsuku ezintathu; badla, baphuza, bahlala khona.


Wavuka ekuseni kakhulu ngosuku lwesihlanu ukuba ahambe; uyise wentombi wathi: “Ake uhlumelele inhliziyo yakho, nihlale lize lithambame ilanga.” Badla-ke bobabili.


bamnika nocezu lwesigaxa samakhiwane, nezigaxa ezimbili zezithelo zomvini ezomileyo; esedlile kwabuyela kuye umoya wakhe, ngokuba wayengadlanga sinkwa, engaphuzanga manzi, izinsuku ezintathu nobusuku obuthathu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ