Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 16:23 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Amakhosi amaFilisti abuthana ukuba ahlabele uDagoni unkulunkulu wawo umhlatshelo omkhulu, athokoze, ngokuba athi: “Unkulunkulu wethu unikele uSamsoni isitha sethu esandleni sethu.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

23 Amakhosi amaFilisti abuthanela ukuzokwenza umhlatshelo omkhulu kunkulunkulu wawo uDagoni, nokuba athokoze, ngokuba ayethi: “Unkulunkulu wethu unikele uSamsoni isitha sethu esandleni sethu.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Izikhulu zamaFilisti zabuthana ukuba zenze umhlatshelo omkhulu kuDagoni unkulunkulu wazo, zijabule; ngoba bathi: Unkulunkulu wethu unikele isitha sethu uSamsoni esandleni sethu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 16:23
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Azibeka izikhali zakhe endlini yawonkulunkulu bawo, abethela ikhanda lakhe endlini kaDagoni.


Ungathokozi ngokuwa kwesitha sakho, nenhliziyo yakho mayingajabuli ngokukhubeka kwaso,


Isizwe sike senana ngawonkulunkulu abangesibo onkulunkulu na? Kepha abantu bami benanile udumo lwabo ngokungenakusiza.


Ngokuba bonke abantu bahamba, kube yilowo nalowo ngegama likankulunkulu wakhe, kepha thina siyakuhamba ngegama likaJehova uNkulunkulu wethu kuze kube phakade naphakade.


Kodwa ngithi: Lokho okuhlatshwa ngabezizwe bakuhlabela amademoni, kabakuhlabeli uNkulunkulu. Kepha angithandi ukuba nibe nenhlanganyelo namademoni.


Nokho izinwele zekhanda lakhe zaqala ukuhluma futhi esephuculiwe.


Amnquma ikhanda, athatha izikhali zakhe, azithuma ezweni lamaFilisti nxazonke ukukumemezela endlini yezithombe zawo nakubantu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ