Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 16:22 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Nokho izinwele zekhanda lakhe zaqala ukuhluma futhi esephuculiwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

22 Izinwele ekhanda lakhe zaqala ukuhluma emveni kokuphucwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Kodwa izinwele ekhanda lakhe zaqala futhi ukuhluma ngemva kokuba esephuciwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 16:22
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kepha uma kunjalo, sebekhona ezweni lezitha zabo, angiyikubalahla, nginganengwa yibo, ukuze ngibaqothule, ngisaphule isivumelwano sami nabo, ngokuba nginguJehova uNkulunkulu wabo;


“Ngokuba uJehova uyakubahlulela abantu bakhe, azihawukele izinceku zakhe, lapho ebona ukuthi amandla abo aphelile, kungekho omunye ovalelweyo noma okhululekileyo.


AmaFilisti ambamba, awakhipha amehlo akhe; amehlisela eGaza, ambopha ngamaketanga; wasila etilongweni.


Amakhosi amaFilisti abuthana ukuba ahlabele uDagoni unkulunkulu wawo umhlatshelo omkhulu, athokoze, ngokuba athi: “Unkulunkulu wethu unikele uSamsoni isitha sethu esandleni sethu.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ