Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 16:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 UDelila wabona ukuthi wayemtshelile yonke inhliziyo yakhe; wathuma wawabiza amakhosi amaFilisti, wathi: “Yenyukani kalokhu, ngokuba ungitshelile yonke inhliziyo yakhe.” Ayesenyukela kuye amakhosi amaFilisti, aletha imali esandleni sawo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

18 UDelila ebona ukuthi umtshele yonke imfihlo yakhe, wathumela wayobiza amakhosi amaFilisti, wathi kuwo: “Khuphukani, ngokuba manje usengitshele yonke imfihlo yakhe.” Amakhosi amaFilisti enyuka eza kuye, ephethe isiliva ezandleni zawo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

18 UDelila esebonile ukuthi wayemtshelile yonke inhliziyo yakhe, wathumela wabiza izikhulu zamaFilisti, wathi: “Khuphukani ngalesi sikhathi, ngokuba ungibonisile yonke inhliziyo yakhe.” Khona-ke izikhulu zamaFilisti zenyukela kuye zaletha imali ezandleni zazo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 16:18
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wayesethi u-Ahabi ku-Eliya: “Usungitholile wena sitha sami na?” Wathi: “Ngikutholile, ngokuba uzithengisile ukwenza okubi emehlweni kaJehova.


Abantwana babantu bangumoya nje, abantwana bezikhulu bangamanga; esilinganisweni bayakhuphuka, balula kunomoya bonke.


Amazwi omncethezi anjengezibiliboco; ayehlela kokuphakathi komuntu.


Amalunga akwaMowabi namalunga akwaMidiyani asuka enenkokhelo yokubhula esandleni sawo; ayesefika kuBileyamu, akhuluma kuye amazwi kaBalaki.


wathi: “Niyakunginikani, ngimkhaphele kini, na?” Base bemnika izinhlamvu zesiliva ezingamashumi amathathu.


Ngokuba yazini lokhu, nikuqonde ukuthi akukho sifebe, noma ongcolileyo, noma onesangabe ongokhonza izithombe, onefa embusweni kaKristu noNkulunkulu.


Ngokuba ukuthanda imali kuyimpande yakho konke okubi; abanye ngokuyifisa badukelwa ukukholwa, bazigwaza ngeminjunju eminingi.


Wamtshela inhliziyo yakhe yonke, wathi kuye: “Akuthintanga mpuco ekhanda lami, ngokuba bengingumNaziri* kaNkulunkulu kwasesizalweni sikamame; uma ngiphuculwa, amandla ami ayakumuka kimi, ngiyakuba buthakathaka, ngibe njengomunye umuntu.”


Wamlalisa ubuthongo emathangeni akhe, wabiza umuntu, waphucula amagoda ayisikhombisa ekhanda lakhe; waqala ukumhlupha, amandla akhe amuka kuye.


Amakhosi amaFilisti enyukela kuye, athi kuye: “Myenge, ubone ukuthi amandla akhe amakhulu aphi nokuthi singamahlula ngani ukuba simbophe, simnqobe; siyakukunika, kube yilowo nalowo, izinhlamvu eziyinkulungwane nekhulu zesiliva.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ