Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 15:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Basho kuye, bathi: “Qha, kepha siyakukubopha nokukubopha, sikunikele esandleni sawo, kodwa impela asiyikukubulala.” Bambopha ngezintambo ezimbili ezintsha, bamkhuphulela edwaleni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

13 Athi kuye: “Qha, sizokubopha nje kuphela, bese sikunikela esandleni sawo, asizukukubulala thina.” Ambopha ngezintambo ezimbili ezintsha, amkhipha edwaleni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Bakhuluma kuye, bathi: “Qha; kepha siyakubopha, sikunikele esandleni sabo; kodwa ngokuqinisekile ngeke sikubulale. Basebembopha ngezintambo ezimbili ezintsha, bamenyusela edwaleni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 15:13
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Khona induna yenkulungwane yasondela, yamthatha, yayala ukuba aboshwe ngamaketanga amabili, yabuza ukuthi ungubani nokuthi wenzeni.


Base bethi kuye: “Sehlele ukuba sikubophe, ukuze sikunikele esandleni samaFilisti.” USamsoni wathi kubo: “Fungani kimi ukuthi nina aniyikungisukela.”


Lapho efika eLehi, amaFilisti amhlangabeza ekhamuluka; uMoya kaJehova wafika kuye ngamandla, izintambo ezazisezingalweni zakhe zaba njengefilakisi* elishiswe ngomlilo, nezibopho zakhe zancibilika, zasuka ezandleni zakhe.


Wathi kuye: “Uma bengibopha ngamagoda amasha okungasetshenziwanga ngawo, ngiyakuba buthakathaka, ngibe njengomunye umuntu.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ