Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 14:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Wazitapa ngezandla zakhe, wahamba, wahamba edla, wafika kuyise nonina, wabapha, badla nabo; kepha akabatshelanga ukuthi wayetape izinyosi esidumbini sengonyama.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 Wazitapa ngezandla zakhe, waqhubeka ehamba edla. Lapho efika kuyise nonina, wabanika nabo badla, kodwa akabatshelanga ukuthi uju wayelutape esidunjini sengonyama.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Wathatha esandleni sakhe wadla, wafika kuyise nonina, wabapha, badla; kodwa kabatshelanga ukuthi wayethethe uluju engomeni yesilwane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 14:9
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ndodana yami, yidla izinyosi, ngokuba zimnandi, noju oluhle emlonyeni wakho.


Ngokubekezela kade isikhulu singavunyiswa, nolimi oluthambileyo luyaphula amathambo.


Uyise wehla, waya kulowo wesifazane, uSamsoni wenza idili khona, ngokuba zazenze njalo izinsizwa.


Emva kwesikhathi wabuya ukuba amthathe, waphambuka ukuyobona isidumbu sengonyama; bheka, kwakukhona iqulo lezinyosi esidumbini sengonyama kanye noju.


USawule wathi kuyisekazi: “Usitshele impela ukuthi izimbongolo zitholiwe.” Kepha indaba yombuso akhuluma ngayo uSamuweli akamtshelanga yona.


Kwathi ngosuku oluthile uJonathani indodana kaSawule wathi odibini oluphethe izikhali zakhe: “Woza siwele, siye ekhandeni lamaFilisti elingaphesheya.” Kepha akamtshelanga uyise.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ