Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 13:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Ingelosi kaJehova yathi kuManowa: “Konke engakushoyo kowesifazane makakuxwaye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

13 Ingelosi kaSimakade yathi kuManowa: “Owesifazane makakulalele konke engimtshele khona.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Ingelosi kaJehova yathi kuManowa: “Makagcine konke engikushilo kowesifazane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 13:13
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwabonakala kuye ingelosi kaJehova elangabini lomlilo livela phakathi kwesihlahla; wabuka, bheka, isihlahla savutha umlilo, kepha isihlahla asiphelanga nokho.


UManowa wasukuma wamlandela umkakhe, wafika kulowo muntu, wathi kuye: “Wena ungumuntu lowo owakhuluma kowesifazane na?” Wathi: “Nginguye.”


Wayesethi uManowa: “Nxa esenzekile amazwi akho, iyakuba yini indlela yomntwana, kuyakwenziwani na?”


Ngalokho ake uxwaye ungaphuzi wayini naluphuzo olunamandla, ungadli lutho olungcolileyo,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ