Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 5:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Lapho amaFilisti esezwile ukuthi bamgcobile uDavide ukuba abe yinkosi kwa-Israyeli, onke amaFilisti enyuka ukumfuna uDavide; uDavide wakuzwa, wehlela enqabeni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

17 AmaFilisti ezwa ukuthi uDavide ugcotshiwe waba yinkosi kwa-Israyeli, enyuka wonke ayomfuna. UDavide wezwa ngalokho, wayesehlela enqabeni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Kwathi amaFilisti esezwile ukuthi bamgcobile uDavida abe yinkosi phezu kukaIsrayeli, wonke amaFilisti enyuka ukumdinga uDavida; uDavide wezwa, wehlela entabeni enqabeni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 5:17
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

AmaFilisti abuye aphaka impi no-Israyeli; uDavide wehla, izinceku zakhe zinaye, balwa namaFilisti; uDavide waphela amandla.


UDavide wayesesenqabeni; ikhanda lamaFilisti laliseBetlehema.


Kwathi emva kwalokho uDavide wawashaya amaFilisti, wawahlula, wathatha itomu lomzimkhulu esandleni samaFilisti.


e-Aramu, nakwaMowabi, nakubantwana bakwa-Amoni, nakumaFilisti, naku-Amaleki, nasempangweni kaHadadezeri indodana kaRehobe, inkosi yaseSoba.


UDavide wayesesenqabeni, ikhanda lamaFilisti laliseBetlehema.


abathi ngokukholwa banqoba imibuso, basebenza ukulunga, bazuza izithembiso, bavimba imilomo yezingonyama,


AmaFilisti abutha zonke izimpi zawo e-Afeki; abakwa-Israyeli bamisa ngasemthonjeni oseJizreyeli.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ