2 Samuweli 3:29 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE29 maliwele ekhanda likaJowabe nakuyo yonke indlu kayise. Makungaphuthi endlini kaJowabe ukuba kube khona ocucuzayo, nonochoko, nozimelelayo ngodondolo, nowayo ngenkemba, noswele isinkwa.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202029 Igazi lakhe malibe phezu kwekhanda likaJowabe nakubo bonke abendlu kayise: makungahlali kungekho endlini yakhe ocucuzayo, onochoko, ozimelelayo ngodondolo, ofa ngenkemba, noswela isinkwa.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202429 malibe phezu kwekhanda likaJowabe naphezu kwayo yonke indlu kayise; futhi makungabikho muntu ophuma endlini kaJowabe ocucuzayo noma onochoko noma oncike ngodondolo noma owela enkembeni noma oswela isinkwa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |