Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 3:23 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Esefikile uJowabe nempi yonke eyayinaye, bamtshela uJowabe ukuthi: “U-Abineri indodana kaNeri wafika enkosini; immukisile, wahamba ngokuthula.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

23 Esefikile uJowabe nawo wonke amabutho ayehambe nawo, bamtshela uJowabe, bathi: “U-Abhineri, indodana kaNeri, ubeze enkosini, inkosi imdedele, wahamba ngokuthula.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Lapho uJowabe lebutho lonke elalilaye sebefikile, bamtshela uJowabi bathi: UAbhineri indodana kaNeri wafika enkosini, yammukisa, yahamba ngokuthula.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 3:23
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bheka, izinceku zikaDavide nezikaJowabe zabuya eviyweni, zaletha impango enkulu; kepha u-Abineri wayengekho kuDavide eHebroni, ngokuba wayemmukisile, wahamba ngokuthula.


UJowabe wayeseya enkosini, wathi: “Wenzeni na? Bheka, u-Abineri wafika kuwe; ummukiseleni wahamba nokuhamba na?


Ukuhlawulisa olungileyo akukuhle, nokushaya abaqotho akulungile.


Igama lomkaSawule lalingu-Ahinohama indodakazi ka-Ahimahazi; igama lenduna yempi yakhe lalingu-Abineri indodana kaNeri uyisekazi kaSawule.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ