Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 24:20 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 U-Arawuna walunguza, wabona inkosi nezinceku zayo beza kuye; u-Arawuna waphuma, wakhothama phambi kwenkosi, ubuso bakhe bubheke phansi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

20 U-Arawuna walunguza, wabona inkosi nezinceku zayo beza kuye; waphuma, wayikhothamela inkosi, wayesethi mbo ngobuso emhlabathini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

20 U-Arawuna wabheka, wabona inkosi nezinceku zayo beza kuye; u-Arawuna waphuma wakhothama phambi kwenkosi ubuso bakhe bubheke phansi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 24:20
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Waphakamisa amehlo akhe, wabuka; bheka, amadoda amathathu ayemi phambi kwakhe; wathi ukuba awabone, wasuka emnyango wetende, wagijima ukuwahlangabeza, wakhothama,


kwathi-ke ngosuku lwesithathu, bheka, kwaphuma umuntu ekamu* likaSawule, izingubo zakhe ziklebhukile, enomhlabathi ekhanda, wawa phansi ekufikeni kwakhe kuDavide, wakhuleka.


UDavide wenyuka njengokusho kukaGadi nanjengokuyala kukaJehova.


Wathi u-Arawuna: “Kungani ukuba inkosi yami, inkosi, ifikile encekwini yayo na?” UDavide wathi: “Ukuba ngithenge kuwe isibuya, ngimakhele uJehova i-altare, ukuze lesi sifo sinqamuke kubantu.”


Wakhuleka wathi: “Iyini inceku yakho ukuba ubheke inja efileyo njengami na?”


Wayesewa ngobuso bakhe, wakhothamela emhlabathini, wathi kuye: “Ngifumaneleni umusa emehlweni akho ukuba unginake, lokhu ngingowezizwe, na?”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ