2 Samuweli 23:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE5 “Ayinjalo indlu yami kuNkulunkulu na? Ngokuba wenzile nami isivumelwano esiphakade; sihleliwe ezintweni zonke, sigcinekile, ngokuba yonke insindiso yami nokwenama kwami akayikukuhlumisa na? အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20205 “Indlu yami ayinjalo yini kuNkulunkulu na? Ngokuba wenze nami isivumelwano saphakade; zonke izinto wazihlela, wazivikela. Yonke insindiso yami nokwenama kwami, uyakukuhlumisa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20245 Lanxa indlu yami kayinjalo kuNkulunkulu; nokho wenza nami isivumelwano esiphakade, esiqondileyo nesiqinisekileyo kukho konke; ngokuba lokhu kuyinsindiso yami yonke kanye nesifiso sami sonke, noma engakhulisi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |