Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 23:30 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 noBenaya wasePirathoni, noHidayi wangasemifudlaneni yakwaGahashi,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

30 uBhenaya wasePhirathoni, uHidayi wangasemifudlaneni yakwaGahashi,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

30 noBhenaya umPirathoni, noHidayi wemifudlana yaseGahashi,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 23:30
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Eyeshumi nanye ngenyanga yeshumi nanye kwakunguBenaya umPirathoni wabantwana bakwa-Efrayimi; esigabeni sakhe kwakukhona izinkulungwane ezingamashumi amabili nane.


Wona ayesephenduka, akhuphukela entabeni, afika esiGodini sase-Eshikoli, asihlola.


Bammbela emkhawulweni wefa lakhe eThimnati Sera elisezintabeni zakwa-Efrayimi ngasenyakatho kwentaba yakwaGahashi.


Emva kwakhe u-Abidoni indodana kaHileli wasePirathoni wahlulela u-Israyeli.


U-Abidoni indodana kaHileli wasePirathoni wafa, wembelwa ePirathoni ezweni lakwa-Efrayimi ezintabeni zama-Amaleki.


Bammbela emkhawulweni wefa lakhe eThimnati Heresi ezintabeni zakwa-Efrayimi ngasenyakatho kwentaba yakwaGahashi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ