Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 22:19 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Bangihlasela ngosuku lwesigemegeme sami, kepha uJehova waba yinsika yami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

19 Bangihlasela ngosuku engehlelwa ngalo yinhlekelele, kodwa uSimakade waba yinsika yami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Bangivimbezela ngosuku lwesigemegeme sami, kepha uJehova waba yinsika yami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 22:19
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wangophula esitheni sami esinamandla nakubo abangizondayo, ngokuba base bengahlulile.


Noma ngihamba esigodini sethunzi lokufa, angesabi okubi, ngokuba wena unami, intonga yakho nodondolo lwakho ziyangiduduza.


Kepha abafileyo bakho bayakubuye baphile, izidumbu zabo zivuke. Phaphamani, nijabule nina enihlala othulini, ngokuba amazolo akho angamazolo okukhanya, nomhlaba uyakubakhipha abafileyo.


ungesabi, ngokuba mina nginawe; ungapheli amandla, ngokuba mina nginguNkulunkulu wakho; ngiyakuqinisa, futhi ngiyakusiza, yebo, ngiyakusekela ngesandla sokunene sokulunga kwami.


Ngubani phakathi kwenu omesabayo uJehova? Makalilalele izwi lenceku yakhe ehambile ebumnyameni, ethembile egameni likaJehova, noma ingenakukhanya, yencika kuNkulunkulu wakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ