Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 2:31 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Kepha izinceku zikaDavide zazibulele abakwaBenjamini nabaka-Abineri, kwafa abantu abangamakhulu amathathu namashumi ayisithupha.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

31 Kepha izinceku zikaDavide zazibulele abakwaBhenjamini nabakwa-Abhineri abangama-360.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

31 Kepha izinceku zikaDavide zabulala abanye bakwaBenjamini nabakwa-Abineri, kwafa abantu abangamakhulu amathathu namashumi ayisithupha.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 2:31
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJowabe wabuya ekumxosheni u-Abineri; lapho esebuthile bonke abantu, kwasilala kuzo izinceku zikaDavide abantu abayishumi nesishiyagalolunye no-Asaheli.


Bamthatha u-Asaheli, bammbela ethuneni likayise elaliseBetlehema. UJowabe nabantu bakhe bahamba ubusuku bonke, kwasa beseHebroni.


Kwakukhona ukulwa isikhathi eside phakathi kwendlu kaSawule nendlu kaDavide; uDavide waqhubeka ngokuqina njalo, kepha indlu kaSawule yaqhubeka ngokuncipha njalo.


Yayisiphendula inkosi yakwa-Israyeli, ithi: “Khulumani kuye, nithi: ‘Obhinca izikhali makangazigabisi njengokhumulayo.’ ”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ